May 13, 1977 - Jul 20, 2024May 13, 1977 - July 20, 2024
Show your support for Xolani and help keep our website free for grieving families.
No trees planted yet.
Msunduze
Nwedwe
Xolani Peacefull Ngcobo wazalwa zingu 13 May 1977. Ezalwa nguMakhombiqinso Stanley Ngcobo no Makhosazane Ethel Ngcobo. Bobabili abangasekho emhlabeni, ezalelwa endaweni yase Msunduze Mission eNdwedwe.
Wenza imfundo yakhe yamabanga aphansi eMsunduze H.P. School, wase edlulela eNqakathela lapho enza khona ibanga eliphezulu
ubeyindoda ephila ngokwenza umsebenzi wezandla, futhi ubenzisebenza. Ushiye amadodana amabili kanye no dadewabo.
Lala ngokuthula Mapholoba, wena kasi huq esingangengulube. Sohlala njalo sikukhumbule
2 Samuel 14;14
We'll plant real trees for you in Xolani's memory and display your contribution forever.
All condolences, notes and wishes in this book of memories.
Xolani timeline of pictures, videos, audio and stories.
Select a photo to expand it and view its comments.
Msunduze
Nwedwe