Dec 22, 1962 - Jan 1, 2025December 22, 1962 - January 1, 2025
Show your support for Mandla and help keep our website free for grieving families.
No trees planted yet.
Gleblands, Umlazi
Kwa-Santi
Umnumzane Mandla Robert Mbhele wazalelwa endaweni yase Gleblands, eMlazi zingu 22 December 1962, ezalwa uRose (kaMajozi) kanye no Pius Mbhele, nabo asebedlulile emhlabeni.
Waqala imfundo yakhe yamabanga aphansi eFredville, eNtshanga, waze waphothula izimfundo zake eNtshongweni.
Wachitha isikhathi eside esebenzela inkampani yama Surveyor. Isikhathi somhlalaphansi simufice esebenzela inkampani iDMR.
Usishiye emhlabeni zingu 01 January 2025. Ushiye unkosikazi wakhe, izingane ezintathu kanye nabazukulu abathathu.
Lala uphumule Godide, Mphemba, Ndlela kaSompisi!
PROGRAMME 1. Okhulumela omakhelwane : Mr Ntshumi Sibiya 2. Okhulumela abangani: Mr Bhatha Sithole 3.Okhulumela abaseKhweni (Nkomo) : 4. Okhulumela izingane: Nokulunga Mbhele 5. Okhulumela umndeni: Sis Hleziphi / Ntombenhle Mbhele 6. Obongela Umndeni Mr M. E Mbhele 7. Izwi leNkosi 8. Kuyiwa emathuneni (Luganda Cemetery)
Date not set
Location not set
We'll plant real trees for you in Mandla's memory and display your contribution forever.
All condolences, notes and wishes in this book of memories.
Mandla timeline of pictures, videos, audio and stories.
Select a photo to expand it and view its comments.
Gleblands, Umlazi
Kwa-Santi